Lyrics
Ak'savumi, uma
Ang′sakhoniNgikhumbul' uma
Ngith' ak′savumi
Ng′khumbul' uma
Sebeth′ indod' endala kangaka ikhalel′ umawayo
Tha, bafwethu ngek' ni-understand
Ndod′ endala kangaka ikhalel' umawayo
Tha, bafwethu ngeke ni-understande
Uyojabula mang'fika
Athi uShembe uyaphila
Kule′ngozi zom′gwaqo mntanami ng'yajabula ufike usaphila
Beka i′khwama ke Msamu
Land' impepho kagogo erondweni
Ng′phahle, ngikhulume nabadala, ng'batshele usemagcekeni
Imvul′ iyana emakhaya
Ses'phelile amakhaza
Mawubuy' eGoli, cel′ ung′phathel' i-heater ngob′ ngempela uzong'gcwaba
Yaz′ uma, av'unamahlaya
Ngek′ ushone ng'sak'thanda
K′yoba is′busiso kimi ukuthi ubekhona mawami mang'shada
Ngob′ uyokwazi 'th′ukung'bonisa
Mase zing′buyela emshadweni
Ngoba uyokwazi 'th'ukung′duduza
Mase zing′buyela ng'thi emshadweni
Ang′sakhoni, ang'sakhoni, ang′sakhoni
Ngikhumbul' uma
′Thi ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang′sakhoni
Ngikhumbul′ uma
Sebeth' indod′ endala kangaka ikhalel' umawayo
Tha, bafwethu ngek′ ni-understand
Ndod' endala kangaka ikhalel′ umawayo
Tha, bafwethu ngek' ni-understand
Into eng'ythanda ngekhaya
Ukuthi ekhaya, ak′ngenwa ngemali
Noma ng′ngasebenzi umama ung'thanda ngingenani
Nom′ umhlaba ungang'shaya uzong′thulisa athi, "mntanam' ungakhali"
′Bukek' ukhathele, awuthi ngiland' ukudla baba hlalaphansi
Ang′sakhoni, ang′sakhoni, ang'sakhoni
Ngikhumbul′ uma
Ang'sakhoni, ang′sakhoni, ang'sakhoni
Ngikhumbul′ uma
Sebeth' indod' endala kangaka ikhalel′ umawayo
Tha, bafwethu ngek′ ni-understand
Ndod' endala kangaka ikhalel′ umawayo
Tha, bafwethu ngek' ni-understand
Music Video
About
Artist Sjava
Added 3 months ago
More from Sjava
Popular Now
Tung tung tung sahur (English Translation)
Genius English Translations • 5,874 views
Sherine - Batmana Ansak (English Translation)
Genius English Translations • 1,822 views
Pikiran yang Matang
Perunggu • 1,359 views
AKUGETSU - Mi Vida Loca (VIVINOS - ALNST Sub : Till Part.1)
Genius English Translations • 1,170 views
Saja Boys - Soda Pop (Romanized)
Genius Romanizations • 1,114 views